Unkle says: Bewazi?
Mshana thatha nansi ithiphu oyinikwa wu unkelza. Ngivamise ukuzwa uma nenza ama appointmente okuhlangana nezithathandwa zenu ebhayisikobho nivese nithi “ngizokumitha emuvini”
Niyazinje ukuthi “ukumitha” means fall pregnant and “umvini” means vineyard. Uma uthi ngizokumitha umuvini usho ukuthi “I’ll fall pregnant in the vineyard”
So,if ungamfici umuntu wakho ekulinde ecinema, hamba uyombheka ku vineyard eseduze ungase umthole ekulinde khona futhi ezimisele.
Nithini ngiqhubeke ngininike amathiphu ngezinto enizenza ningaqondi?
Hhayi kabi bashana.