Yehheni webantu!!

Siyabonga to whoever invented the cellphone, kodwa-ke lamatechnologies, hhayi cha, they can come back to bite you in the buttocks uma ungabhekile! For example wake wathumela i-sms ethe phecelezi and wabona only after you clicked the send button ukuthi uthemelele u-ma wakho! And uthini ngalama-sms owathumela (noma uwathola) ebusuku uma usebumnandini. Ekhuseni, indaba iyakushintshela!

And oke uvule amadlebe next time usetekisini; well, noma ngabe ukephi for that matter ngoba izinto abantu abazikhulumayo la ngaphandle ziyamangaza!! From abantu bentshontsha amadoda (or izintombi) zabantu to “umbonile uSbongile ukuthi ubegqokeni” and ofcourse singayikhohlwa kanjani all the times uGeorge ephunyuka.

Kuleli page, sicela nisibhalele zonke lezo zinto ozithumelelayo ungaqondile and enizizwa ningaqondile (noma niqondile), ezinenza nithu “HAWU!”. Kakhulukazi if leyo ndaba ihlekisa or if its just plain odd. Sazise thina namanye amaZuluz, khona nathi sizothi GPY.

Share your wacky, naughty, crazy, drunken and funny stories with us and the rest of our zuluz

17 Responses to “Yehheni webantu!!”

  1. Anonymous says:

    “Ngimtshele ukuthi Id rather have sex with his father, ngiyavuma  manje ukuthi bengidakiwe”

  2. akunandaba says:

    i smsd u boyfreind ukuthi azongilanda ngo 9pm ekhaya i coast isi clear kanti ngi smsa u ma…..

  3. Mbali says:

    uzohamba uhambe… uzoqonda straight… ha ha ha

  4. Gugu says:

    Wow classic taxi moment!!! The lady next to me realizes she wore her tshirt da wrong way round n wit no hesitation , she takes it off showin off her oh so tyt white brasier, guy next to her an all!!! she struggles 2 put it back on being the good samiritan that I am. i assist her…. lol

  5. Londi says:

    bengitsela umngane wami the lastest about our other not so close friend, saying all the bad stuff n guess what I sent it to her

  6. Bongumusa Ngwenya says:

    Nges’timeleni ngibheke kwaMashu and kugcwele,kuvale ngempohlwa emnyango.Cha ihambe inqola yomlungu,ngizwe phakathi nesixuku izwi limemeza”umthetho wenu nidakwa kabi,anizwa,niyeyisa,nibonakala ngokuthi nithumele abafazi benu esontweni,nina nihambe niyophuzana nalobutshwala benu.Cha madoda niyadakwa.niyazi ukuthi ningafa nonke manje busale lotshwadlana benu”.Ethuke manje amadoda aqikileke, sonke sifuna ukubona ukuthi umfundisi noma indoda engakanani le ekhuluma kanje.”Makhandonyoko kanti anizwa yini ngithi niyokholwa nini ngoba phela zonke izinsuku nitshelwa into eyodwa,yini ningafuni ukukholwa nicabanga ukuthi iZulu elikayihlo nidakiwe”.Sonke samangala ukuthi ithiwani lendaba uma inje esho evungama amadoda estimeleni.Yathi enye”cha ndoda awulusanga uyedelela,”ngangilusa unyoko yingani uthi angilusanga”lisho limpendula ikhehla lempadla.

  7. Bngumusa Ngwenya says:

    Lokhu  ngiyokuxoxela amagwaba ecobana,njalo angisho ukuthi namagwababa njalo.Nami lendaba ngiyithole ngalaba abalandela izindaba zabantu.Bathi kukhona inkuzi yesoka, ekwaze ukushela umawentombi asebahlukana nayo(ex-g) Lo mama ucela eminyakeni enga 47,kanti uwethu yena ulako 21.Cha! isikhokho lesi,.sengiyacabanga”kusho ukuthi waye cwalisela ithekeni le ababe phusha nayo, ukuthi uyakwazi ukuyenza lento yakhe’.

  8. Mntimande says:

    Njengoba kuyizikhathi zikaDc wonke amadoda ayehla aya emakhaya,naye u Mpungose waya ngasekhaya.Uma efika ekhaya zamemukela kahle izingane nomama.Wase emtshela ubaba umama ukuthi cha baba kukhona indoda ekugadela umuzi ebusuku.Wathukuthela wagana unwabu uMpungose,angikwazi yini ukuzi bhekela, ngizoyikhombisa mina ayingazi kahle”kubhoka yena ubaba wekhaya.Kwathi lapho sebeyolala ubaba wathatha ubhoko lwakhe lwamaNazaretha walugxumeka genhla kwesibaya balala.Yafika indoda idle isudi yayo ebrown isizobethela,kepha ibingacelwanga,yathi uma ingena ngesango yakhangwa yilenduku ende enhla nesibaya yaqonda kuyo ngokuzethemba.Yakhipha izitaphutaphu zayo, yaqala yayisebenza induku.Kwaze kwasa irawunda induku,uma evuka umnumzane,wazithela phezu kwayo.Yahlaba umkhosi komakhelwane,base abantu babiza uMpungose iKwandoda Irawunda Umboko.

  9. Thami says:

    …umngani futhi i”colligue” ezama ukuqwashisha omunye nge SMS about d manager’s anger phezu kwakhe, esaphumile even worse ngesikhathi somsebenzi…ngebhadi i sms mpiinini ngephutha ibheke kuyo qobo i”manager”…kwake kwabanzima

  10. Nonhlakanipho Zuma says:

    hhayi bakuthi kona kubuhlungu ukuphukelwa uGorge especialy uma usesixukwini. ngikhumbula ngigibele nobhuti etaxini manje ecasulwe izingane zasePMB girls high zibhizi zukhulumana nesingisi. Ubhuti ndini wayehla estobhini sokuqala esingase sontweni in town, manje ubhuti wayefuna ukubonakala ukuthi uyawazi ugorge bakithi, ayi abize iscabha athi “can you please tell the driver to drop me off by sunday” hhawu azingamhleki kanje izingane zeskole. im sure akakaze aphoxeke ngalola hlobo ubhuti wabantu…

  11. スーパーコピーバーキン,ブランドスーパーコピーバッグ、財布、時計ロレックス、ブルガリ、フランク ミュラー、シャネル、カルティエ、オメガ、IWC、ルイヴィトン、オーデマ ピゲ、ブライトリング、グッチ、エルメス、パネライ、パテックフィリップ偽物(コピー商品)のブランドの腕時計の販売、通販ロレックスコピー,コピーロレックス,ロレックス時計コピー,ロレックスコピー時計,コピーロレックス時計,スーパーコピー時計,腕時計コピー,ブランド時計コピー財布コピー、バッグコピー、腕時計コピー、ベルトコピー、アクセサリコピー、キーケースコピー、靴コピー、手帳コピー、小物コピー、SS品、N品、価格激安、品質の保証,2015人気ブランド偽物,歓迎光臨楽天★送料無料(日本全国)
    ロレックスコピー販売、代引きロレックス時計コピー通販、全て新品、高い品質、激安、送料無料。ロレックス時計コピーなど世界中有名なブランドレプリカを格安で通販しております。N級品スーパーコピーブランドは 業界で最高な品質に挑戦しますロレックコピー,ロレックコピー代引き,ロレック激安,ロレックス偽物 ,最高級ロレックコピーロレックス時計コピー,フェラーリコピー時計,パネライコピー時計,パテックフィリップコピー時計,ヴァシュロン.コンスタンタンコピー時計,エルメスコピー時計,カルティエコピー時計ルイヴィトンコピー、 ロレックスコピー、シャネルコピー、グッチコピー、エルメスコピー、 ボッテガヴェネタコピー、 バーバリーコピー、ミュウミュウコピー、トリーバーチコピー、バレンシアガコピー、ディオールコピー、ブルガリコピー、ブラダコピー、 ドルチェ&ガッバーナコピー、オメガコピー、フランク ミュラーコピー、gagaコピー。古驰拷贝, 靴/サンダル,サングラスコピー欧米O級品オーダー服各種のブランドの服、靴、、財布、腕時計の複製品をかばん一番ブランドliveブランドコピー服,ブランドバッグコピー,ブランド時計,ブランド靴シリーズ欧米O級品コーナーラッピング用品 http://www.okakaku.com/brand-39-copy-0.html

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Switch to our mobile site