Model C and the Kasi Gal

La eMzansi kukhona nhlobombili zamantomabazane: ama Model C nama Kasi gals – well…not really but you know what I mean.  Manje lendaba yamaKasi Gals nama Model C is very divisive ngoba as soon as you separate them you start to add value judgments. Empeleni kwenzeke kanjani ukuthi indawo ohlala kuyo ibe ukwaziwa kwakho- your identity? Yessus, savelelwa! Akuhambi ngokuthi uhlalaphi kuphela ngoba bagcwele abantu ongababiza ngamaModel C emalokshini. Kanti kuyini ukuba i-Model C kahle kahle? Kuhamba ngokuthi uhambe kwesiphi isikole, hhayi ukuthi uhlalaphi, kodwa-ke angaze ngizwe kuthiwa kukhona i-kasi gal ehlale ema-suburbs.

Ngizwe kuthiwa ama-kasi gal nama Model C awahlangani?

Comments are closed.