The great nwele drama!


Noma ungathini, mang’bona intombazane enizinwele ezibheke phezulu ngiyaphoxeka noma ngingahlangene naye. Njengomuntu wesifazane I think it’s safe to say that how you see your hair is how you see yourself. Tjo! Izinto esizenzayo to look good! Hhayi no, you cannot say the black woman does not suffer for beauty. Uhlala phansi kuze kube muncu izinqa, ukhokhe izimali ezishisiwe uphinde umele ubuhlungu ubucwebisa amehlo! Sometimes I just want to shave my hair off and save myself the stress!!

Opelepele, amasingili, iyanki, ibonding, istraight-back, usnoopi, ama-dreads, I-afro…the list goes on and on kodwa broadly speaking they can be divided into two sections: Synthetic and natural.  Kokubili has its good points and bad points. Mawuwake wabanayo i-afro usazi kahle isicefe sokuyinakakela. Fanele uwenze amagode zonke izinsuku uphinde ukame izinwele eziqinile njalo ekuseni! Nxa! But at the same time asikho isicefe sokuluka futhi awuyikhiphi imali. We all know ubuhlungu nesicefe sokuluka kodwa atleast is a once-off thing. Besekukhona-ke ukurelaxa, la ubuye ushiswe khona! The drama!!  Whatever you choose to with your hair is a personal choice but it does tell us a lot about you. Umuntu owu-glamour ubonakala esakude! Just as a umuntu onomoya ophansi would choose a hairstyle to reflect that. Noma kuyiphi ogcine uyikhethile qiniseka ukuthi you stand proud ngoba ukusebenzelile ubuhle bakho!! It takes a lot to look this hott.

Comments are closed.