Iziyalelo

Iyo! Ngafa iziyalelo zabazali nabanye abantu abadala! Ungafunga ukuthi ngiyofa la engiya khona kanti ngiya la egoli nje kuphela. Kade babe hamba bebuye! Ngiyazi ukuthi bakhuluma kanje ngoba bayangithanda kodwa hhayi kuyisicefe! Ngesikhathi ngibatshela ukuthi ngithole umsebenzi egoli the look on their faces where priceless! Kuthathe isikhathi eside ukuthi bakwamukele ukuhamba kwami completely. Kwaphela ukulwa, kwaqala iziyalelo! Akusiyo inkinga ukuthi banginikeza i-advice but it’s the fact that bangitshela izinto engizaziyo already sengathi ngiyiyingane encane, nxa! Benza sengathi igoli lizongishintsha ubumina. Hhawu, kanti ngiya esihogweni yini??

Akubona abazali nabantu abadala kuphela abanginikeza ama-advice, nabantu abalingana nami baneziyalelo zabo kodwa they are veeerrrrry different from ezabantu abadala! Bona bangitshela ukuthi fanele ngiz’enjoye, ngiphile implio yami to the full. Bangitshela izindaba zo-freedom and independence! Engikwaziyo mina ukuthi ngiyayazi into engiyizele la egoli and ayikho into ezongididisa emaphupheni wami. I think iqiniso is somewhere in between iziyaylelo zabantu abadala that tell you to become a nun and iziyalelo zabantu abasha that tell you to go crazy! Ningangibuzi imibuzo eminingi into engiyaziyo ukuthi I’m going to work hard and play safe futhi ngeke ngikhohlwe ukuthi ngingubani and indlela engikhuliswe ngayo. So abazali bami bengaphola kancane, tjo!  

 

Comments are closed.