Unkle says: Bewazi?
Mshana thatha nansi ithiphu oyinikwa wu unkelza. Ngivamise ukuzwa uma nenza ama appointmente okuhlangana  nezithathandwa zenu ebhayisikobho nivese nithi “ngizokumitha emuviniâ€
Niyazinje ukuthi “ukumitha†means fall pregnant and “umvini†means vineyard. Uma uthi ngizokumitha umuvini usho ukuthi “I’ll fall pregnant in the vineyardâ€
So,if ungamfici umuntu wakho ekulinde ecinema, hamba uyombheka ku vineyard eseduze ungase umthole ekulinde khona futhi ezimisele.
Nithini ngiqhubeke ngininike amathiphu ngezinto enizenza ningaqondi?
Hhayi kabi bashana.