Unyathela ngabantwana

Kumnandi ukuba umuntu wesifazane owum’Zulu! Akekho umuntu ozokutsela ukuthi fanele ube islilenda ukuze uthole the attention of the opposite sex. In fact, it’s often the other way round. Baningi abantu besilisa abathanda umuntu wesifazane owondlekile, o-two-slice abafuneki in some circles. Anginankinga-ke mina ngoba angaze ngibeu-two slice. Nokho-ke sufikile ukhisimusi nezinto ezimnandi and ngizodla ngokukhululeka- ngiyaphinda ngithi kumnandi ukuba intombi owum’Zulu.

Kodwa-ke asifanele siyithathe ngamawala lendaba. Black people have the highest cases of ama-what what heart disease every year so, nizigade bangani ngoba izinto ozenza usemncane come back to bite you in the ass!!

Comments are closed.