Zuluz Out of Zone

“Ayikho into egqithi ikhaya. Mawuxakekile unezinkinga zakho, akukho ndawo, efana nekhaya lakho”

Amazwi aneqiniso ngempela lawa, ayikho indawo ozizwa ukhululekile njengase khaya. Kodwa ke, isimo sibuye sikuphoqe ukuthi uphume ekhaya uye ezindaweni ezikude nasekhaya in kilometres, language and cultures.

That’s the situation engizithola kuyo. Ngingum’Zulu owazalelwa ethekwini kodwa sengizohlala eGoli ngomsebenzi. Its quite an adjustment ngiyakutshela!!

Kumnandi ukukhuluma IsiZulu! Enye yezinto ezikhumbulekayo when you’re away from home. Okunye okusha okuphinda kube iscefe ukufika endaweni la kukhulunywa olunye ulimi. That takes some getting used to!! So join me on my adventures in Johannesburg, the city of gold as I try to make my fortune while staying true to who I am.

Nani ningabhala ngokukhululeka ngezindaba nezinkinga enihlangbezana nazo njengabantu aba away from home, angisasho eGoli kuphela, kodwa noma ngabe ukephi – phesheya, in another province, in another country, kwamakhelwane, hheyi wena, nakuphi nakuphi. So cela nisibhalele lana zonke lezo zinto ezake zanehlela ngoba ubungekho ekhaya- the good, the bad and the ugly whether through commenting noma usithumelela i-email to zuluz.vuleka@gmail.com if you story is a bit longer.

Comments are closed.