La eMzansi kukhona nhlobombili zamantomabazane: ama Model C nama Kasi gals – well…not really but you know what I mean. Manje lendaba yamaKasi Gals nama Model C is very divisive ngoba as soon as you separate them you start to add value judgments. Empeleni kwenzeke kanjani ukuthi indawo ohlala kuyo ibe ukwaziwa kwakho- your identity? Read the rest of this entry »
AA: Alcohol Appreciation
Wola majita nosistaz kuphuzwani kulelihlobo, nawu nokhisimuzi usemnyango. Uphuzo olunamandla ilona oluhamba phambili ngezinsuku zokuzijabulisa, ngisho utshwala phela! Kodwa ke njengama Zulu siphuza hlobo luni? Read the rest of this entry »
Zuluz Out of Zone
“Ayikho into egqithi ikhaya. Mawuxakekile unezinkinga zakho, akukho ndawo, efana nekhaya lakho”
Amazwi aneqiniso ngempela lawa, ayikho indawo ozizwa ukhululekile njengase khaya. Kodwa ke, isimo sibuye sikuphoqe ukuthi uphume ekhaya uye ezindaweni ezikude nasekhaya in kilometres, language and cultures. Read the rest of this entry »
Phuza face
Even if we MLUNGUZ can’t speak much Zulu, there are certain words we have come to know well. Useful words. Words that help you out, like when you’re hanging out. Words like phuza. Read the rest of this entry »
BigNuz, Tira noL’vovo
Nampo-ke oBig Nuz, DJ Tira no L’vovo baziqhenya ngobuZulu babo. Noma sebebonakala komabonakude kodwa they still keep it real.
Heita bashana!
Angingabazi ukuthi niyabazi omalume, mina-ke ngiyilomalume obazi kahle abantu abasha. Umahluko wukuthi ngibazi ngendlela yami okungenzeka ingafani neyenu bantu abasha. Njengabobonke omalume nginemibono yami, the only difference of this malume wukuthi ANGIZWA MSHINI. Read the rest of this entry »
Kodwa Nkosi sisize ngalesi singisi
Asikhulume ngalesi singisi and thina bantu abakhuluma isiZulu. Yessus, talk about a love/hate relationship! Ubani othe kubalulekile ukuthi sikhulume isingisi? You know there is a reason why there is no ‘R’ in IsiZulu, and that’s because in isiZulu there aren’t any words like i-Rama, noma i-Ruler. Kodwa-ke khona enye inkinga with the english language (besides ‘ilama’ ‘nelula’), and that’s lento yabo yokufaka onkamisa ababili ndawonye. Kwabanye abantu kunzima kabi ukusho the word ‘street’ properly, ngoba lo ‘ee’ ugcina usuwu ‘i’, and sigcina sithi ‘strit’ instead of street. And lento ibuye ibe a bit dangerous, ngoba ugcine usho izinto ezingancacile like ‘shit’, instead of ‘sheet’, and ‘bich’ instead of ‘beach’. Hhayibo Nkosi yami, something needs to be done. Mina I’m tired of being made fun of ngoba ngithe ‘I beliv, that such and such’ or ‘mit me at such and such a place’. Le ndaba of the english double vowels, inkinga ngempela ngoba noma ungakhuluma into enomqondo kangakanani, ugcina ubukeka sengathi uyisiphukuphuku ube ungesona. Here are a few other examples you might recognise: duvet, manaaygement, determyned.
The great nwele drama!
Noma ungathini, mang’bona intombazane enizinwele ezibheke phezulu ngiyaphoxeka noma ngingahlangene naye. Njengomuntu wesifazane I think it’s safe to say that how you see your hair is how you see yourself. Tjo! Izinto esizenzayo to look good! Hhayi no, you cannot say the black woman does not suffer for beauty. Read the rest of this entry »
Ngingum’Zulu Phaqa, wena?
Wena? Are you proud of who you are?
Welcome Home!
Uwamukelekile ekhaya! Welcome to the only Zulu language blog on the net. Layikhaya ungakhuluma ukukhululeke ngoba siphila impilo efana neyakho, sikhuluma njengawe and sithanda izinto ezimnandi njengawe. With over 10 MILLION zulu speakers la eMzansi we think its about damn time we had a blog dedicated to our experience. Read the rest of this entry »